TEXT A USUKU OLWAGUQULA IMPILO YAMI 1 Impilo iyamangalisa. Mina ngangingazi ukuthi nami ngingalisusa ikati eziko ngenxa yesimo sempilo yase khaya. Ngibingelele. Kafushane nje ngizonixoxela ngemuva laphi lapho ngemvelaphi yami nginilandise ngize ngifike la engikhona manje. Mpilo uyisimangaliso mina ngiyavuma. Ngikubonile kweyami impilo. NginguThembalethu Ndlovu. 2 Ngineminyaka engamashumi amabili (20). Ngiqhamuka endaweni ibizwa ngeThuthukani eMgungundlovu. Ekhaya siwumndeni wamalunga ayishumi. Ekhaya ngihlala nogogo odume ngelika MaMkhize, kube umkhulu odume ngeliGuduza, kube ngumama uThandiwe bese kuba abantwana abayisikhombisa (7). Isimo sempilo ekhaya asisihle kahle. Ekhaya siphila ngempesheni yesalukazi kanye nekhehla. Ekhaya sidla kanye ngosuku ngoba songela ukuthi kuze kufike lolo suku ugogo nomkhulu bahole. 3 Esikoleni akuhambi kahle ezinganeni kanti ozakwethu abathathu beseze basiyeka isikole. Mina nginesipho sokudlala ibhola lombhoxo, (Rugby) kuthe ngelinye ilanga esikoleni savakashelwa umdlali weqembu lamabhokobhoko. USakhile odlalela amabhokobhoko wasithatha saba bathathu ukuba siyoqeqeshwa ukudlalela iqembu lakhe alithuthukisayo kwinhlolokhono (Sakhile’s Academy) yakhe. Mina ngibe umdlali wekhethelo ukuba ngithathwe ngokuphelele ukuba ngidlalele leli qembu kanti njalo ekupheleni kwenyanga ngizothola amarandi ayi- 1000 noma ayinkulungwane ngajabula kakhulu ngoba lolusuku lwayishintsha impilo yami kanye nomndeni wami. [Umbhalo wokuziqambela] Right click on the button below to open TEXT A in a new page.
Blog
1.3 Uneminyaka emingaki umlingiswa esimthola kulendaba?…
1.3 Uneminyaka emingaki umlingiswa esimthola kulendaba? (2)
1.4 Umndeni ekukhulunywa ngawo unamalunga amangaki? Khetha…
1.4 Umndeni ekukhulunywa ngawo unamalunga amangaki? Khetha kulezi zimpendulo ezilandelayo. (1)
BIBLIOGRAFIE 1. Teks A – Interessante feite oor die k…
BIBLIOGRAFIE 1. Teks A – Interessante feite oor die kangaroe: Verwerk uit Reënboogreeks Graad 5 2. Alle ander prente geskep op Canva en Powerpoint
3.2.2 Durban. (2)
3.2.2 Durban. (2)
8.9 Quel est le rève de l’auteur? (1)
8.9 Quel est le rève de l’auteur? (1)
5.1 Hago atletismo los lunes. (1)
5.1 Hago atletismo los lunes. (1)
3.1 Tengo el pelo ….. (1)
3.1 Tengo el pelo ….. (1)
BIBLIOGRAPHY 1. Canvas content: ZOOM KS2 iFRENCH Year…
BIBLIOGRAPHY 1. Canvas content: ZOOM KS2 iFRENCH Year 05 J01 IMV 2021 2. Weather forecast map: www.amazon.com 2021 3. Question 7: Pinterest 2021 4. Question 8 Comprehension: https://www.myswitzerland.com/fr-fr/ 2021 5. Pictures sourced from: clipart-library.com 2021 cliparts.zone 2021 clipart key.com 2021
QUESTION 5 CLICK ON THE BUTTON BELOW TO SEE THE IMAG…
QUESTION 5 CLICK ON THE BUTTON BELOW TO SEE THE IMAGE. Écrit 6 phrases simples pour décrire l’image.Tu peux mentioner: Les objets et les gens que tu vois. Combien des personnes tu peux voir. Si ce sont des garçons ou des filles. Ce qu’ils font ? Le temps La couleur. Look at the picture below and write 6 simple sentences to describe what you see. Things you can mention: Mention the objects and people you can see. How many people can you see? What are their genders? What are they doing? What is the weather like? Make use of colour. (6)