ISIQEPHU C: UKUFINGQA UMBUZO 3 Fundisisa lesi siqeshana esingezansi bese usifingqa ngamaphuzu ayi-5 IMIYALELO: 1. Bhala ngemisho ephelele. Amagama angama-50 kuya kwangama-60. 2. Imisho yakho mayibe nezinombolo kusukela kweyoku-1 kuya kweye-5. 3. Bhala iphuzu elilodwa emshweni ngamunye. 4. Ekugcineni kwamaphuzu wonke owabhalile, bhala inani lamagama owasebenzisile. TEXT D ISIKHATHI SIKAKHISIMUSI(CHRISTMAS TIME) 1 Ukugcwala kakhulu kwezincwadi emabhokisini amathathu eposini laseTshwane ezivela ezinganeni eziningi ezweni lonke, kukubeke kwacaca ukuthi u-Fada Chrisimasi (father christmas) useyindoda edume kakhulu emhlabeni. Selokhu uqalile uDisemba ziningi kakhulu izingane esezibhalele u-Fada Chrisimasi izincwadi zicela izipho zikaKhisimusi ezahlukene. 2 Iningi lezingane zisuke zibhala izincwadi ngoba ziziphathe kahle unyaka wonke futhi zibona zikufanele ukuthengelwa izipho. Ezinye zisuke zivulela le ndoda eziyethembayo isifuba. ‘Ngicela ungitshelele udadewethu owashona eminyakeni emithathu eyadlula ukuthi ngiyamthanda futhi ngiyamkhumbula’, lawa ngamagama akhona kwezinye zezincwadi. Lezi zincwadi zikhombisa ukuthi u-Fada Chrisimasi usathandwa kakhulu yizingane. 3 Ezinye izincwadi zizithinta kakhulu izinhliziyo zabantu ngoba izingane zikhipha konke okusezinhliziyweni zazo. Enye yezincwadi ezibheke ku-Fada Chrisimasi ithi: ‘Ngicela usivakashele ekhaya lezingane ungiphathele unodoli Ngicela futhi ungiphe umama ozoba ngowami ngedwa.’ 4 Izingane eziningi zicela amafoni nonodoli kodwa kukhona lezo ezicela izinto ezixakile ezifana nezikhiye.Lezo zingane ezingakwazi ukubhala kahle ziyaye zidwebe izipho ezizicela ku-Fada Chrisimasi ngoba ziziphathe kahle unyaka wonke, ngoba azibadelelelanga abantu, ziwenzile umsebenzi wazo wesikole kanti zizame konke okusemandleni ukuthi zingazilumi izinzipho. [umbhalo wokuziqambela] RIGHT CLICK ON THE BUTTON BELOW TO OPEN TEXT D IN A NEW TAB
Blog
Psychological knowledge is advanced through a process known…
Psychological knowledge is advanced through a process known as ________, which involves a prescribed series of steps designed to achieve the desired knowledge.
1.1.4 Shono ukuthi lqiniso noma amanga. Abantu besifazane…
1.1.4 Shono ukuthi lqiniso noma amanga. Abantu besifazane kuphela abashintsha ibala lesikhumba sabo. (2)
What volume of an aqueous 0.9216 M sodium nitrite solution w…
What volume of an aqueous 0.9216 M sodium nitrite solution would be needed to contain 7.43 g of the salt?
1.1.6 Kuyingozi ngani ukuthenga imikhiqizo edayisa emgwaqe…
1.1.6 Kuyingozi ngani ukuthenga imikhiqizo edayisa emgwaqeni? (2)
If 6.25 mol of sulfur were combined with 40.00 mol of oxyge…
If 6.25 mol of sulfur were combined with 40.00 mol of oxygen gas, how many moles of sulfur dioxide could be produced? S8 (s) + 8O2 (g)
BHALA UKUFINQA KWAKHO LAPHA.
BHALA UKUFINQA KWAKHO LAPHA.
ISAMBA: ISAMBA ISIQEPHU D: [10] [20]
ISAMBA: ISAMBA ISIQEPHU D: [10] [20]
Two horizontal curves on a bobsled run are banked at the sam…
Two horizontal curves on a bobsled run are banked at the same angle, but one has twice the radius of the other. The safe speed (for which no friction is needed to stay on the run) for the smaller radius curve is v. What is the safe speed on the larger-radius curve?
7.1 Identifiseer die tipe korrosie wat in die onderstaande…
7.1 Identifiseer die tipe korrosie wat in die onderstaande prent gesien word? [ANS1] Klik op die onderstaande knoppie om ‘n foto van die ou motor oop te maak. Die foto word in ‘n nuwe internet-tab oopgemaak. Moenie jou eksamenbladsy toemaak nie. Klik versigtig tussen die verskillende internet-tabs indien nodig: (1)