IMIBUZO : UMSEBENZI 1   Khetha okukodwa: (Choose) YIQI…

IMIBUZO : UMSEBENZI 1   Khetha okukodwa: (Choose) YIQINISO/AMANGA     Amamaki UZandile ukhala ngesimo esingesihle ekhaya? [Ans1] (1) UZandile ufunda ekolishi yaseKapa? [Ans2] (1) UZandile wasizwa ngumalume wakhe ukuze iphupho lakhe lifezeke? [Ans3] (1) Igama likamalume nguSabelo? [Ans4] (1) UZandile uthanda ukuchitha isikhathi esiningi ekhishini? [Ans5] (1) Isitolo sikaZandile asitholakali edolobheni? [Ans6] (1)

UMBUZO 4: Lalela ingxoxo ephakathi kukaNkosikazi Mbalen…

UMBUZO 4: Lalela ingxoxo ephakathi kukaNkosikazi Mbalenhle Madlala exoxa noMlondi Maphumulo ongumsebenzi waseLabri Campsite eMgungundlovu, bese uphendula imibuzo ezolandela ngezansi ngesiZulu. Uzoyizwa kabili le ngxoxo. Uzothola ithuba lokufunda imibuzo kuqala. Right click on the button below to open AUDIO in a new page.  

IMIYALELO: INSTRUCTIONS   Funda le miyalelo elandelayo…

IMIYALELO: INSTRUCTIONS   Funda le miyalelo elandelayo ngokuqaphela. Read the following instructions carefully. 1. Sebenzisa ulimi kanye nesipelingi esifanele.   Use the correct language and be careful of your spelling. 2. Lalelisisa izindatshana bese uphendula imibuzo ezolandela.    Listen very carefully to the audio then answer the following questions. 3. Qaphela isikhathi sokubhala umsebenzi wakho.   Use time wisely. 4. Uzonikwa ithuba lokufundisisa imibuzo.   You will be given time to read questions carefully. 5. Inkulumo iyodwa izofundwa kabili.   The audio will be played twice.