UMBUZO 2 Fundisisa lengxoxo esingezansi bese uphendula imibuzo ezolandela. (Read the following dialogue and answer questions). TEXT B Umabonakude Ubalulekile Funda nansi ingxoxo emzini ka Cele. Kubangwa umabonakude. Izingane zika Cele okunguMandisa, uSamkelisiwe Kanye noAnele. Cele: Umsindo omngaka layikhaya yini bo kwenzenjani? Kubuza uCele okubaba wakulelikhaya. Mandisa: Siyaxolisa baba kodwa lezi ngane zakho azifuni ukungilalela njengo sisi wazo omdala. Samkelisiwe: Baba uMandisa uyasihlukumeza, akafuni sibuke uhlelo esiluthandayo kumabonakude. Anele: Yebo baba kunjalo. UMandisa njalo yena ufuna sizwe ngaye. Nathi sinalo ilungelo lokubuka umabonakude. Cele: Yehlisani umoya zingane zami. Kumele nimulalele usisi wenu omdala uma ekhuluma. Mandisa kungani wena unqabela izingane ukuthi zibuke umabonakude? Mandisa: Baba izwe liyabhubha, kumele njalo sibukele izindaba. Ugogo njengoba ehlala eThekwini uma kukhona okumehlelayo sizokwazi ngani. USamkelisiwe beno Anele bafuna ukubukela izinhlelo ezingabalulekile. [Umbhalo Wokuziqambela] Right click on the button below to open TEXT B in a new page.
Blog
…
ISAMBA: [4] ISAMBA SESIQEPHU B: [10] AMAMAKI ESEWONKE: [25]
2.3 Bhala igama lomntwana omdala. (1)
2.3 Bhala igama lomntwana omdala. (1)
3.2 Umama wami mude. (2)
3.2 Umama wami mude. (2)
1.3 Bhala OKUBILI okutholakala eKapa ongakwenza nomndeni w…
1.3 Bhala OKUBILI okutholakala eKapa ongakwenza nomndeni wakho. (4)
2.4 Ubaluleke ngani umabonakude? Khetha impendulo enembayo…
2.4 Ubaluleke ngani umabonakude? Khetha impendulo enembayo. (2)
3.1 Indlu yami incane. (2)
3.1 Indlu yami incane. (2)
…
ISAMBA: [10]
3.3 Ngithanda isikhindi esiBomvu. (2)
3.3 Ngithanda isikhindi esiBomvu. (2)
2.1 Sithini isibongo salomndeni? (1)
2.1 Sithini isibongo salomndeni? (1)