ISIQEPHU A: ISIFUNDO SOKUQONDISISA (Section A: Reading Comp…

ISIQEPHU A: ISIFUNDO SOKUQONDISISA (Section A: Reading Comprehension) UMBUZO 1: (Question 1) Fundisisa lesi siqephu esingezansi bese uphendula imibuzo ezolandela. (Read the following text and answer questions). TEXT A Umntwana Othanda Amaholide Amaholide ngiwathanda okudlula yonke into emhlabeni. Kumnandi kakhulu uma ngisemaholidini. Kule ndatshana ngizonixoxela ngamaholide ami Kanye nezinto engizenzayo uma ngisemaholidini.   Ngithanda amaholide ngoba ngithola isikhathi esiningi sokuba nabantu engibathandayo nabo abangithandayo. Ngithanda ukuvakashela izindawo ezifana noKapa ngoba ziningi izinto ongazenza uma uyisivakashi. Ikapa inolwandle mina nomndeni wami sithanda ukubhukuda. IKapa ine Table Mountain. Mina nomndeni wami sithanda ukuyogibela intabakazi yaseKapa. [Umbhalo Wokuziqambela]   Right click on the button below to open  TEXT A in a new page.