2. Funda lesi siqeshana sesibili bese uphendula imibuzo e…

 2. Funda lesi siqeshana sesibili bese uphendula imibuzo elandelayo: Read the SECOND part of the story and answer questions that follow:       Umfowethu uLindokuhle ungomunye wabantu abathanda ukumosha amanzi, uthi awabalulekanga ngaleyo ndlela. Lokhu kungizwise obukhulu ubuhlungu ngoba ngiyazi ukuthi kukhona imiphakathi eswela amanzi abanye abantu baze baphila ngamanzi angcolile ngoba baswelwa amanzi ahlanzekile. Namuhla usuku lapho nginqume ukuthi ngizokhombisa umfowethu indlela amanzi abaluleke ngayo. Ngicele umama ukuthi avale zonke izimpompi aziqinise ukuze uLindokuhle angakwazi ukuzivula uma adinga amanzi. ULindokuhle uthe evuka washona egumbini lokugezela wathatha isixuubho sakhe wathi uvulela impompi wathola iqinile kungaphumi amanzi. Wacikeka kakhulu uma ebona lokhu kwenzeka. Waqhubeka waya ebhavini wazama ukuvulela amanzi ethi ufuna ukugeza nalapho akuphumanga manzi.   (My brother Lindokuhle is one of the people that like to waste water, he says it is not really that important. This really makes me sad because I know that there are communities that don’t have water, other people even use unclean water because they don’t have clean water. Today is the day I decided that I will show my brother how important water is. I asked my mother to close all taps and seal them tightly so that Lindokuhle does not open them when he needs water. When Lindokuhle woke up he went to the bathroom and took his toothbrush and tried to open the tap he found it sealed and there was no water coming out. He got irritated when this happened. He proceeded to go to the bath tub and tried to open the tap for water to bath, he also found that even that one was sealed and there was no water.)