IMIYALELO: 1. Umsebenzi owubhala la makube owakho….

  IMIYALELO: 1. Umsebenzi owubhala la makube owakho. Awuvunyelwe ukusebenzisa umsebenzi womunye umuntu. 2. Iphepha lineziqephu ezintathu: ISIQEPHU A:  I-esayi (50)  ISIQEPHU B:  Imibhalo emide (30) ISIQEPHU C:  Imibhalo emfishane (20)  3. Phendula umbuzo owodwa kuzo zonke iziqephu. 4. Bhala ngesiZulu. 5. Hlela umsebenzi wakho (uhlaka) ngamaphuzu noma ngebalazwe (mind map), ulungise amaphutha bese uyawufundisisa. Uhlelo/Uhlaka malwandulele umbhalo ngamunye. 6. Ukuhlela makukhonjiswe ngokubhala igama elithi uhlelo/uhlaka bese kuyethulwa. Kuyancomeka ukuba kudwetshwe umugqa phezu kwemisebenzi yonke yokuhlela. 7. Nikeza impendulo ngayinye isihloko esifanele. 8. Isikhathi usihlukanise ngale ndlela:  imizuzu engu-80 kwiseqephu A imizuzu engu-40 kwiseqephu B imizuzu engu-30 kwiseqephu C

ISIQEPHU B: UMBHALO OMUDE ODLULISA UMYALEZO UMBUZO 2…

ISIQEPHU B: UMBHALO OMUDE ODLULISA UMYALEZO UMBUZO 2 Phendula umbuzo owodwa. Bhala i-eseyi engamagama angu-80 kuya ku-100. Ubhale isihloko esiveza ukuba ukhethe muphi umbuzo. Khetha isihloko esisodwa kulezi. 2.1 INCWADI YOMSEBENZIUthathiwe esikhungweni semfundo ephakeme i-University of Cape Town ukuba uyoqala ukufunda khona ngonyaka ozayo. Bhalela uMphathi weHleloluhle Foundation abaxhasa izifundo zobuciko, ucele ukuba akuxhase ukuze akwelekelele ekukhokheleni izifundo zakho. Sebenzisa ikheli: P.O BOX 404, Ronderbosch 7700 ukuthumela incwadi.   NOMA (30) 2.2 I-ATHIKILI YEPHEPHANDABABhala i-athikhili yephephandaba ‘ITENEO INFOGUARD’ ngesihloko esithi:  Ucwaningo luveza ukuthi umakhalekhukhwini uyisiphazamiso kubafundi. NOMA (30) 2.3 INHLOLOKHONOUnikwe ithuba ukuba ukhulume noSiya Kolisi. Bhala inhlolokhono lapho eveza umlando wakhe aze abe uKapteni webhola lombhoxo eNingizimu Afrika.  (30)   ISAMBA ISIQEPHU B: (30)

ISIQEPHU A: I-ESEYI   UMBUZO 1   Phendula umbuzo…

ISIQEPHU A: I-ESEYI   UMBUZO 1   Phendula umbuzo owodwa.   Bhala i-eseyi engamagama angu-190 kuya ku-240.   Ubhale isihloko esiveza ukuba ukhethe muphi umbuzo.   Khetha isihloko esisodwa kulezi.   1.1 Ubuhle nobubi bobungani. NOMA (50) 1.2 Mhla ngisizwa ngumuntu engingamazi. NOMA (50) 1.3 Izinto zazingcono kudala… NOMA (50) 1.4 Umculo ubalulekile kubantu abasha. NOMA (50) Right click on the button below to open the images for questions  1.5,  1.6 and 1.7 on a new page. (50) ISAMBA ISIQEPHU A: 50

Read the short-answer essay question carefully. Type the nam…

Read the short-answer essay question carefully. Type the name of essay question before you answer it. Explain Translation (parts and steps involved) Here is the Rubric (How I will Grade You):   At Standard (5 pt.) (4 pt.) Approaching Standard (3 pt.) (2 pt.) Below Standard (1 pt.) Completion Answer is complete including all pertinent information Answer is mostly complete including most pertinent information Answer is incomplete missing important information Answer is missing large amounts of pertinent information Answer fails to meet the minimum requirements of the task Comprehension Answer demonstrates a deep understanding Answer demonstrates a good understanding Answer demonstrates only a basic understanding Answer demonstrates an inadequate level of understanding Answer demonstrates a complete lack of knowledge and understanding Organization Content is extremely well organized, logical and easy to follow Content is well organized, logical and easy to follow Content is somewhat organized, logical, and easy to follow Content is unorganized, somewhat illogical, and difficult to follow Content is unorganized, and extremely illogical and difficult to follow Grammar & Spelling No major grammatical or spelling errors Easy to read Couple of grammatical or spelling errors Easy to read A few grammatical or spelling errors Somewhat easy to read Numerous grammatical or spelling errors difficult to read Multitudes of grammatical and spelling errors makes answer almost impossible to read

ISIQEPHU C: UMBHALO OMFISHANE ODLULISA UMYALEZO UMBUZO 3…

ISIQEPHU C: UMBHALO OMFISHANE ODLULISA UMYALEZO UMBUZO 3 Phendula umbuzo owodwa. Bhala i-eseyi engamagama angu-60 kuya ku-80. Ubhale isihloko esiveza ukuba ukhethe muphi umbuzo. Khetha isihloko esisodwa kulezi. 3.1 IMIYALELO/IRESEPHIUMkhulu wakho kade enivakashele, wamubhakela amagwinya. Ukucele ukuthi umfundise ukuthi ulibhake kanjani. Bhala imiyalelo/iresiphi oyisebenzisile ukulibhaka. Ukhumubule nokubhala izithako ezidingekalayo.  NOMA (20) 3.2 ISIKHANGISI Uqale iqembu lomboto wamantombazane ngakini. Bhala isikhangisi ozosinika abantu ukuze bangenele leli qembu. NOMA (20) 3.3  I-IMEYILIUthole i-imeyili esuka kuAunti wakho ohlala eMorroco ngesimo eNingizimu. Muphendule nge-imeyili. (20)   ISAMBA ISIQEPHU C: (20)