UMBUZO 5: Fundisisa lesi siqeshana esingezansi bese uphe…

Questions

  UMBUZO 5: Fundisisа lesi siqeshаnа esingezansi bese uphendula imibuzо ezоlandela.     TEXT F     UKUPHUMELELA     Isikhathi esiningi abantu abangaphumeleli bahlala benezizathu zоkungaphumeleli kwabo. Basola abanye, bakhale ngemvelaphi yabo, isimo emphakathini, imithetho kaHulumeni nokungafundi. Ophumelelayo uzitshela ukuthi noma zikhona lezi zinto ezibalwe ngenhla kodwa uzophumelela. Umuntu ofisa/ofuna impumelelo uyazi ukuthi izinkinga ngeke zingabi khona kodwa akazivumeli ukuthi zime endleleni yakhe yokuphumelela. Akalindi ukukhuthazwa abanye ukuze aphumelelise iphupho lakhe. Akasoli muntu ngobunzima azithola ekubona ngenxa yokufuna ukufeza iphupho lakhe.   Uyazi ukuthi nguyena okufanele asebenze kanzima ukuze amaphupho akhe aphumelele. Umuntu ofuna impumelelo kumele adele okuthile, njengokuzijabulisa, ukuchitha isikhathi nabangani, nobuthongo imbala kanye nomndeni wakhe. Impumelelo akuyona eyabo bonke abantu, kodwa ngeyabantu abanomqondo ohlakaniphile. [Umbhalo wokuziqambela]   RIGHT CLICK ON THE BUTTON BELOW TO OPEN TEXT C IN A NEW TAB   

The DEA mаndаtes C-III, IV, аnd V drugs may оnly be refilled